Uzonqanyulwa ngokwesigaba sesibili ugesi

Iyaqhubeka eyokunqanyulwa kukagesi kuleli njengoba u-Eskom usumemezele ukuthi uzocima ugesi ngokwesigaba sesibili kusukela ngo-9 ekuseni namuhla.…

UMbalula ugxeka uMgcinimafa odabeni lwezitimela

UNgqongqoshe wezokuThutha uFikile Mbalula ubevakashele esinye seziteshi sezitimela eKapa e-Western Cape. Lokhu kuza ngemuva kokunqanyulwa kukagesi…

Iyaqhubeka imibhikisho ngokunqanyulwa kukagesi eSoweto

Izakhamizi zase-Soweto zithi zizimisele ukulivala phansi leli lokishi uma u-Eskom ungaziniki izimfuno zawo mayelana nodaba lokukhokhela…

Awukho ugesi wamahhala – kusho isikhulu sakwa-Eskom kubahlali baseSoweto

Izakhamizi zase-Soweto zithi zizoqhubeka nomkhankaso wazo wokulwa no-Eskom ngenxa yodaba lokukhokhela ugesi. Izolo, izakhamizi zaleli lokishi…

Ugesi uzonqanyulwa kuze kube ngeSonto

U-Eskom usukuqinisekisile ukuthi uzonqamula ugesi ngokwesigaba sesibili kuze kube ngeSonto ekuseni ngenhloso yokuwonga. Ngaphambilini kuleli viki,…

Iyaqhubeka eyokunqanyulwa kukagesi namuhla

U-Eskom usumemezele ukuthi uzocima ugesi ngokwesigaba sesibili namhlanje; kusukela ngo-9 ekuseni. Akuzukugcina namuhla, kepha lokhu kuzoqhubeka…

Imise ukusebenza kuka-Eskom imibhikisho Empumalanga Kapa

Abakwa-Eskom e-Eastern Cape bamise ukusebenza e-Butterworth nasezindaweni eyizungezile ngemuva kokuthi umphakathi usabise abasebenzi ngesikhathi ubhikisha. Imibhikisho…

Makhulu amathuba e-loadshedding namuhla – Eskom

U-Eskom usexwayise ngokuthi maningi amathuba okuthi ugesi unqanyulwe ngokwesigaba sesibili namuhla. Le nkampani ephehla ugesi ithi…

Babonga ukuchithwa kwesicelo sakwa-Eskom sokunyusa inani likagesi

Kuthokozise abaningi ukuchithwa kwesicelo sika-Eskom sokunyusa ugesi. Izolo, inkantolo ePhakeme yasePitoli isichithile lesi sicelo esiphuthumayo sabakwa-Eskom…

Makhulu amathuba e-loadshedding kule mpelasonto

U-Eskom usukhiphe isimemezelo sokuthi ukunqanyulwa kukagesi ngokwesigaba sesibili – ngenhloso yokuwonga, kuzoqhubeka kuze kube kusasa, yize…

Bathi i-Soweto ayiwukhokheli ugesi ngoba injani yona?

Zivuke zikhala izakhamizi zase-Soweto, eGoli, emva kokulala nokuvuka ngobumnyama, kungesikho futhi ukunqanyulwa kukagesi lokhu okwejwayelekile. Ngokwemibiko,…

Amampunge wodwa eyokunqanyulwa kukagesi ngokwa-stage 8

U-Eskom useyichithile imibiko yokuthi uzonqamula ugesi ngokwesigaba sesishiyagalombili kungekudala. Lokhu kuvele emva kwemibiko yezindaba ethe le…

Ayilindelekile i-loadshedding namuhla, yize lokho kungashintsha

Kulindeleke ukuthi kungabibikho ukucishwa kukagesi namuhla, ngokusho kuka-Eskom, njengoba uhlelo lokuphakelwa kukagesi lutshengisa ukuba ngcono kakhulu.…

UMongameli ugxeke eye-state capture ngezinkinga zakwa-Eskom

Ugxeke indaba yokuqhwagwa kwamandla ombuso, phecelezi i-state capture, uMongameli we-ANC u-Cyril Ramaphosa ngezinkinga ezibhekene ne-Eskom. Ubekhuluma…

Yehlukene imibono ngokushiya phansi isigubhukane kukasihlalo we-Eskom

Kuse namuhla eseshiye phansi usihlalo webhodi lakwa-Eskom, u-Jabu Mabuza, othe esitatimendeni asikhiphe izolo yingoba akakwazanga ukugcina…

Alukho uqhekeko phakathi kwami nesekela lami, kusho uRamaphosa

UMongameli Cyril Ramaphosa useyichithile imibiko yokuthi kukhona ukungaboni ngaso linye phakathi kwakhe nesekela lakhe u-David Mabuza.…

I-Eskom ayimholelanga ophathe uMongameli ngendaba ye-loadshedding

Ihhovisi likaMengameli wakuleli, u-Cyril Ramaphosa, lithi i-Eskom ayimdukisanga ngamabomu ngesikhathi imtshela ukuthi angeke zicinywe izibani ngaphambi…

Iyaqhubeka eyokunqanyulwa kukagesi

U-Eskom usumemezele ukuthi uzophinde unqamule ugesi ngokwesigaba sesibili kuze kube kusasa. Le nkampani kagesi, eqale ukunqamula…