Kungenzeka i-South Africa ikuphinde lokho ngokubuya nesicoco sika-Miss World

Uyomela iNingizimu Afrika ku-Miss World u-Sasha-Lee Olivier – owaphuma isibili ku-Miss South Africa walo nyaka. Le…

Akuphenywe olwama-tender e-Eskom nase-SAA, kusho i-SACP

Kumele kwenziwe uphenyo oluphuthumayo mayelana nezinhlelo zokukhishwa kwama-tender ezinkampanini ezingaphansi kukahulumeni ezifana ne-South African Airways (SAA),…

Izikhukhula zibashiye budengwane eMamelodi

UNdunankulu u-David Makhura uthe njengo mnyango bazoxazulula isimo salabo abahlaselwe izikhukhula zangoMsombuluko eMamelodi. Utshele isonto i-Mamelodi…

Isiphumile incwadi ekhuluma ngempilo kaSenzo Meyiwa

Usungakwazi ukuzitholela incwadi eyenaba kabanzi ngempilo kaSenzo Meyiwa owayengunozinti we-Orlando Pirates, osekuphele iminyaka emihlanu engakabanjwa owakhipha…

Ubekwe endlini yakhe yokugcina uNeyi Zimu

Ubekwe endlini yakhe yokugcina namhlanje uNeyi Zimu obeneminyaka engu-49 ubudala, emva kokuthi agule isikhathi eside. Inkonzo…

Lishe laba umlotha ibhasi phakathi nomgwaqo eGoli

Abagibeli abangu-17 abebegibele ibhasi ebelisuka eKapa lilibangise eZimbabwe sebethole usizo oluphuthumayo emva kokuthi ibhasi abebehamba ngalo…

Azikezukunqamuka izimvula ezinamandla e-Gauteng

Isifundazwe i-Gauteng sisazobhekana nezimvula ezinamandla nanamuhla – ngoLwesibili; kanti kunxuswa ukuthi izakhamizi ziqaphele. Izolo, izindawo ezifana…

Sibi kakhulu isimo sezikhukhula e-Centurion, eGoli

Yize abezangoma zezulu bebebale i-Centurion njengenye yezindawo okungenzeka ihlaselwe izikhukhula njengoba kunezimvula ezinamandla e-Gauteng; akekho obecabanga…

Umbutho omusha ka-Maimane noMashaba

Owayengumholi we-DA u-Mmusi Maimane usezinhlelweni zokwenza izigcawu zenkulumo-ngxoxo nezakhamizi zakuleli ezinyangeni ezintathu ezizayo. Uthi uzokwenza lokhu…

Kwexwayiswa ngemvula enamandla eGoli

Abezangoma zezulu i-SA Weather Service sebekhiphe isexwayiso sezimvula ezinamandla, ezingaholela kwizikhukhula e-Gauteng, namuhla ngoMsombuluko. Izindawo okuthiwa…

Kungenzeka ugesi unqanyulwe iviki lonke

U-Eskom obuthe kuzoqhubeka ukucishwa kukagesi ngokwesigaba sesibili namhlanje; usanda kumemezela ukuthi usuzoconywa ngokwesigaba sesine ugesi; kanti…

Sithi halala ku-Zozibini Tunzi, osengu-Miss Universe 2019!

Uzime wakuleli, u-Zozibini Tunzi usengu-Miss Universe 2019. Wethweswe lo mqhele u-Catriona Gray wase-Philippines, e-Atlanta, eMelika namuhla.…

Baklonyeliswe ngezikhundla abamaqembu avote ne-ANC kwelobu-Meya eGoli

Iqembu elibusayo, i-ANC, isiklomelise abamaqembu avote nayo kwelobuMeya eGoli ngezikhundla zomkhandlu. I-IFP iklonyeliswe ngezikhundla zo-MMC ezimbili…

Asephephile amanzi aphuma ethangweni ebelinezicubu zomzimba e-Verulam

Umasipala waseThekwini usuqinisekisile ukuthi amanzi avela kompompi ahlanzekile futhi aphephile ukuphuzwa izakhamizi zakuleli dolobha. Lokhu kulandela…

Uzonqanyulwa ugesi nanamuhla – ngeSonto, kuze kuhlwe

U-Eskom uthi uzonqamula ugesi nanamuhla, ngeSonto, kusukela ngo-9 ekuseni kuze kube ngu-11 ebusuku – ngenhloso yokuwonga.…

Qina ntombazane, ubushade iqhawe – u-Ayanda Ncwane eduduza unkosikazi ka-Neyi Zimu

Usethole amazwi enduduzo avela kumuntu osiqonda kangcono kunabaningi isimo akuso unkosikazi womculi wokholo osanda kudlula emhlabeni,…

I-Solidarity isidedile kwezomthetho emva kokuhlangana nozohola olokutakula i-SAA

Inyunyana i-Solidarity ithi uhambe kahle umhlangano wayo nalo ozobhekela uhlelo lokutakulwa kwenkampani yezindiza i-South African Airways…

Asithengwa isitifiketi sikamatikuletsheni, siyasetshenzelwa – kukhuza uMnyango

Kwexwayiswa ngezitifiketi zikamatikuletsheni eziwumbombayi esezadayiswa izigilamkhuba. Lokhu kulandela ikhasi elisezinkundleni zokuxhumana elikhangisa ngokuthi lidayisa izitifiketi zikamatikuletsheni,…