Lisendleleni eya e-China ithimba lombutho wezokuvikela kuleli

Selifiselwe uhambo oluhle ithimba lombutho wezokuvikela njengoba lilibhekise e-Wuhan, eChina. Ekhuluma nabo ngaphambi kokuba bahambe izolo…

Uzonqanyulwa ngokwesigaba sesibili ugesi

Iyaqhubeka eyokunqanyulwa kukagesi kuleli njengoba u-Eskom usumemezele ukuthi uzocima ugesi ngokwesigaba sesibili kusukela ngo-9 ekuseni namuhla.…

UMnyango kuphela ozosho uma kumele kuvalwe isikole ngenxa ye-corona – Mkhize

Asikho isidingo sokuthi kuphazamiseke ukufundisa ezikoleni ngenxa yokwesabela igciwane i-corona, kuze kuba kusho uMnyango wezeMpilo. UNgqongqoshe…

Iyaqhubeka imihlangano yomphakathi kweyokudliwa komhlaba ngaphandle kwesinxephezelo

Kuzoqhubeka kuleli viki ukulalelwa kwezimvo zomphakathi okwenziwa ikomidi lesikhashana elibhekele ukubuyekezwa kwengxenye yomthethosisekelo – ukuze kudliwe…

I-corona izoba nomthelela omubi kakhulu emnothweni wakuleli

Noma yini eyenzeka ezweni lase-China iba nomthelela emnothweni wamazwe omhlaba njengoba amaningi awo encike kakhulu kuleli…

Kuyaqhubeka ukunqanyulwa kukagesi kuleli viki

U-Eskom usumemezele ukuthi uzonqamula ugesi ngokwesigaba sokuqala kusukela ngo-9 ekuseni namuhla kuze kuhlwe. Le nkampani ephehla…

Iyalawuleka i-corona, kepha ayisayi ndawo, kusho uMkhize

UNgqongqoshe wezeMpilo kuzwelonke, uDkt Zweli Mkhize usekuqinisekisile ukuthi igciwane i-corona liyalawuleka kulabo abangothalakala ukuthi banalo. Ubekhuluma…

Uzizwa esengcono kakhulu umlisa wakuleli one-corona

Uthi uzizwa esengcono kakhulu umlisa okuqinisekiswe ukuthi ungowokuqala ukutholakala enegciwane le-corona kuleli. Lesi simemezelo sikhishwe uMnyango…

Bancome isigwebo sikadilikajele kobulale isitshudeni saseMangosuthu

Ugixabezwe udilikajela umlisa otholakale enecala lokubulala isitshudeni sase-Mangosuthu University of Technology (MUT), uZolile Khumalo. UZolile (21)…

I-SANDF isiyichithile eyokuthi ayifuni ukuya e-China yesaba i-corona

Umbutho wezokuvikela kuleli, i-South African National Defense Force, isiwuphikile umbiko othi amasotsha awo ayenqaba ukuya e-China…

Sekuvalwe isikole esifunda izingane zomlisa wakuleli onegciwane le-corona

Sekuphoqeleke ukuthi isikole samabanga aphansi i-Cowan, esise-Hilton, ngase-Pietermaritzburg sivalwe namhlanje emva kokutholakala kokuthi izingane zomlisa okuqinisekiswe…

Impela siyofa sihleka eMzansi

Ngemuva kokubikwa kokuthi kutholwe umlisa one-coronavirus eNingizimu Afrika, abapholisanga maselo ezinkundleni zokuxhumana bakwenza ihlaya. Buka izithombe…

BUKA: IPhalamende lidingida olwe-coronavirus

IPhalamende liphikisana ngokuthi umnyango wezempilo kuzwelonke uhlela ukubhekana kanjani nokulwa nokusabalala kwe-coronavirus. Owesilisa waseNingizimu Afrika oneminyaka…

Ababhali baseMelika bayibhula eminyakeni edlule i-coronavirus

Ezinkundleni zokuxhumana kubhalwe ngaBabhali abakhuluma nge-coronavurus emininyakeni edlule. Ababhali baseMelika u-Dean Koontz no-Sylvia Browne babikezela ukuqubuka…

BUKA: Iphini likaNgqongqoshe Wezempilo e-Iran line-coronavirus

Abantu abaningi bayishaya indiva indaba yegciwane le-corona yize selibulale abantu abaningi. Buka umonakalo usuwenziwe i-coronavirus e-Iran.

BUKA: Amabutho kuvulwa isiShayamthetho

Kungenzeka usuke wabona iqulu lezinsizwa zihuba, zigiya emicimbini emikhulu, kakhulukazi KwaZulu-Natal wazibuza ukuthi obani laba, futhi…

Limlahlile icala owabulala isitshudeni sase-Mangosuthu

Utholakale enecala umlisa owabulala isitshudeni sase-Mangosuthu University of Technology, u-Zolile Khumalo. UZolile (21) wadutshulwa wafa ngo-2018…

Ingabe u-Makhura uzoba nesixazululo ngeTshwane?

UNdunankulu wase-Gauteng u-David Makhura uthathe igxathu, ukungenelela ekusombululeni ukuphathwa kukamasipala waseTshwane. “Isifundazwe sase-Gauteng sithatha lesi sinyathelo…