U-Moshe Ndiki noPhelo Bala bagubha unyaka bethandana

Ngathi kuyiphupho ukuthi uMoshe noPhelo basathandane unyaka owodwa nje vo, njengoba sebezitholele ikhaya ezinhlizweni zabaningi kuleli.…

ULasizwe uthi useyavalelisa ekujoleni nabesilisa

UThulasizwe Siphiwe Dambuza oneminyaka engu-21 ubudala, odume ngelika-Lasizwe kwezikaqeda isizungu kuleli. ULasizwe sifunde kabanzi ngaye ohlelweni…

Ixoxwa ngezithombe – useshadile owayengu-Miss Universe wakuleli, u-Demi-Leigh

Uzime wakuleli, owathatha isicoco sika-Miss Universe ngo-2017, u-Demi-Leigh Nel-Peters, usebophe ifindo likasofa silahlane nesinqandamathe sakhe esidabuka…

Banengwe ukubona uKhaya Mthethwa ejabule emva kwedivosi

NgoZibandlela uNtando Mthethwa obegane uKhaya Mthethwa wabika ngezindaba zokudivosa kwabo ezashaqa abaningi, njengoba ibisemibili nje kuphela…

UBusiswa uphenduke uBeyoncé wakuleli

Sezize zafika kuleli izimpahla zokugqoka zika-Beyoncé asebenze kuzo nabe-Adidas ezibizwa nge-Ivy Park. Abathandi baka-Beyoncé kuse sebesesitolo…

Uhleka kuvela elomhlathi uTshatha njengoba esebuyele emsebenzini

Injabulo yodwa kuTshatha nozakwabo ethula naye uhlelo lwasekuseni kanye nabalaleli boKhozi FM, kakhulukazi izinhlelo ezethulwa uTshatha…

Uyasondela umshado omhlophe ka-Somizi noMohale

Konke sekuyahlangana njengoba uSomizi noMohale belungiselela umshado wabo omhlophe. Kule mpelasonto abakhaphi babo bebehlangene kukalwa ngisho…

Ixoxwa ngezithombe – uZozibini Tunzi ehlangana no-Phumzile Mlambo-Ngcuka

Uzimisele ngokubeka induku ebandla njengo-Miss Universe, u-Zozibini Tunzi, njengoba esaba ngumuntu wemihlangano ebalulekile mihla namalanga. Kamuva…

Zibonele obekwenzeka amawele ka-LootLove no-Reason ehlanganisa unyaka

NgoLwesihlanu amawele ka-LootLove no-Reason, uSisi noZano ahlanganise unyaka azalwa. Abazali babo bagubhe lolu suku ngokuthi benze…

U-Gracious no-Mmabatho bakhonjwe indlela ku-The Queen

U-Rami Chuene olingisa indawo ka-Gracious Mabuza usekuqinisekisile ukuthi ngeke esababikho kumdlalo owuchunge i-The Queen edlala ku-channel…

U-Reason uthi wayengakulungele ukuqala umndeni noLootLove

Emva konyaka ezelwe amawele kaReason ongum’rapper kuleli noLootLove owethula izinhlelo, uyise ugonyuluke okusenhlizweni yakhe. Le nsizwa…

Buka uDJ Zinhle noKelly Khumalo bawabeke phansi amawigi

Izintandokazi zamakhosazane angosaziwayo bakuleli uDJ Zinhle noKelly Khumalo ezizikhiphile njengoba sikhuluma, uDJ Zinhle use-Mauritius nabangani bakhe,…

Usevule indawo yokudlela eThekwini uMaps Maponyane

Akukapheli zinyanga ezingaki uMaps Maponyane evule indawo yokudla ama-Burger ebizwa nge-Buns Out eGoli. Izindaba ezimnandi zithi…

U-Oprah uthi akazisoli ngokungashadi nokungabi nazingane

U-Oprah Winfrey, osethandane nophathina wakhe, u-Stedman Graham iminyaka engaphezu kuka-30 uthi akazisoli ngokungamshadi nokungabi nazingane naye.…

“UmaMkhize usevele uphila ezulwini” -Kusho ababukeli

ULwesine ngo-08:00pm usuphenduke isikhathi la i-Ningizimu Afrika iphefumula ngenxeba. Zilokhu ziqhamuke njalo izililo ngohlelo olusha oluveza…

UThembisa Mdoda ushade okwesibili ngasese

UThembisa Mdoda owaduma ku-My Perfect Wedding, ubophe ifindo likasofa silahlane okwesibili ngasese. Ngaphambilini uThembisa ubeshade no-Atandwa…

Ukhuzani wenaba ngosizi akhule ngaphansi kwalo

Ukhuzani Mpungose osephenduke inkosi yomculo kaMaskandi wenaba kabanzi ngendlela akhule ngayo. Lokhu kuza emva kokuthi akhe…

Injabulo yodwa ku-Bonang Matheba ehlangana nomsunguli ka-Twitter

U-Twitter usuphenduke indlela elula yokuxhumana nabantu umhlaba wonke jikelele. Abalandeli bakwazi ukuxhumana kalula nosaziwayo ababathandayo. Kuningi…