ULinda Sibiya ubanjwe nemoto eyebiwe

Iphephandaba i-Daily Sun libike ukuthi ngenyanga eyedlule, uLinda Sibiya ubanjwe nemoto eyebiwe yohlobo lwe-Range Rover emhlophe.…

Kuthungathwa 8 yeziboshwa ezeqe enkantolo yaseGoli

Amaphoyisa ase-Gauteng athungatha iziboshwa ezingu-8 ezeqe enkantolo yeMantshi e-Springs – esempumalanga yeGoli, ngoLwesithathu ntambama. Ezine zalezi…

Zimkhalele oshaye wabulala unkosikazi wakhe

Indoda eneminyaka engu-29 ubudala iboshwe ngempelasonto ngezinsolo zokubulala unkosikazi wayo endaweni ese-Centane, e-Eastern Cape. Okhulumela amaphoyisa,…

Akuphele ukuhlukunyezwa kwabesifazane! – Cyril Ramaphosa

UMongameli u-Cyril Ramaphosa ngeSonto uthe udlame olubhekiswe kwabesifazane nezingane kumele luphele. UMongameli ubekhuluma nabezindaba ngemuva kokuvakashela…

Indida iziboshwa ziphendula ijele ishisanyama

Usheshe wafika uDecember eziboshweni zakwelinye lamajele akuleli, njengoba zibonakale ziyihlaba ziyiphendula inyama. Umbuzo omkhulu uthi, ingabe…

Kuphenywa elesisebenzi sikamasipala weTheku esidutshulelwe emsebenzini

Amaphoyisa a-KwaZulu-Natal aphenya elokubulawa kwesisebenzi sikamasipala waseThekwini esidutshulwe safela emsebenzini ngoLwesine. Kutheleke abalisa abebehlomile ehhovisi likanjiniyela…

Akukho nhlobo ukuthula kubashayeli be-Polo

Sekuphume isexwayiso esisha kubashayeli bezimoto zohlobo lwe-VW Polo TSI ngomkhuba osudlangile wokuntshontshwa kwamalambu akhanyisa phambili emotweni,…

Ugixabezwe ngodilika jele abathathu owabulala u-Uyinene

Emva kokuthi uLuyanda Botha ezivumele ngokwakhe ukuthi wadlwengula, wabulala wabe esengqongqisa ngomlilo u-Uyinene Mrwetyana owayeneminyaka engu-19…

Lidutshulwe labulawa esangweni emzini walo iphoyisa Entshonalanga Kapa

UMnumzane u-Lieutenant-Colonel AndrĂ© Kay, oneminyaka engu-52 udutshulwe wabulawa phambi komuzi wakhe e-Bishop Lavis namhlanje ekuseni ekuseni.…

Bafuna aphonswe ejele uKelly Khumalo

Emva kweminyaka emihlanu uSenzo Meyiwa wadutshulwa wabulawa emzini kamama wentombi yakhe uKelly Khumalo e-Vosloorus sekufike la…

Unesilonda esingapholi unina wezingane ezabulawa umyeni

Unina wezingane ezine ezabulawa ngumyeni wakhe usaba ngisho ukuphuma ngendlu. Akanawo umdlandla okubuyela emsebenzini wakhe wokufundisa,…

Amampunge eyokuduka kwedokodo likaMeyiwa – Bheki Cele

UNqonqoshe uluphika uma ngentaba udaba lokuthi alaziwa ukuthi likuphi idokodo likaMeyiwa. FUNDA: Silindelwe ngabomvu ese-Afriforum koluka-Senzo…

Abaphangi bashaye bachitha no-R2000.00

Umphathi wendawo yokudlela e-Kalk Bay, u-George Mandalios uzibone engofile kugasela izigelekeqe kule ndawo. Lezi zigelekeqe bezihlomile…

Udele impilo yosana isikhombene nesoka

U-Lucy Mariam Mutale, oneminyaka engu-22 ubulale usana ngenxa yenxabano abekhona phakathi kwakhe nesoka. Lona wesfazane uvalele…

Icala aliboli, uyoze akulungele ukulithetha!

Lihlehlile icala lika-Megan Prins, osolwa ngokufa kwendodana yakhe. Kusolwa ukuthi uyibulale ngokuyincisha umoya endlini yezivakashi, phecelezi…

Buka i-video izigebengu ziqola u-Chicken licken

NgoLwesihlanu ngabo-09 pm kungene izigebengu zihlomile kwa-Chicken licken eBrakpan kodwa ngenhlanhla aziphumanga nama-wings le ndawo yokudlela…

Bathukuthele bagana unwabu umsolwa ebacifela iso

Abazali bomfundi owabulawa washiswa, eNyuvesi yase-UKZN, bathukuthele bagana unwabu uma lowo osolwa ngokubulala umtwana wabo engena…

Ingabe uDudu Myeni uzoya enkantolo namhlanje?

UDudu Myeni, owayeyisikhulu se-South African Airways (SAA), kulindeleke ukuba avele enkantolo yasePitoli namhlanje aziphendulele ngecala elafakwa…