Usolwa ngoba kwenzenjani u-Lady Zamar ngezenzo zika-Sjava?

Umculi oyintandokazi kuleli, u-Lady Zamar, ukhiphe izindaba ezishaqisayo enkundleni yokuxhumana i-Twitter, elandisa ngokuhlukunyezwa umculi ongaconsi phansi…

UMantashe usaziwa ngo-‘Gwede the tiger’ embhedeni

Usedlaliswa ngelengwe uNgqongqoshe wezaMandla nokuMbiwayo, u-Gwede Mantashe, emva kombiko wephephandaba langempelasonto onekele izwe izindaba zakhe zangasese.…

Pho kunani uma uKhanya emdala kuno-bae wakhe?

Kuse ngoLwesibili u-Khanya Mkangisa, ongumlingisi nomethuli wezinhlelo esematheni ezinkundleni zokuxhumana, kulandela amahebezi okuthi uthandana nomrepha amshiya…

Saze sadida isimo sezulu eGoli

Izakhamizi zaseGoli zidlulise ukukhala ezinkundleni zokuxhumana ngesimo sezulu esingaqondakali. Ezinsukwini ezadlule like lasikaza ukuna ngokuduma libanike,…

Amazwi enduduzo ngokudlula komlingisi u-Andile Gumbi

Amazwi enduduzo angena ayalakanyana kulandela izindaba zokushona komlingisi wakuleli, u-Andile Gumbi. UGumbi ubesegunjini labagula kakhulu esibhedlela…

“Ngikutshelile,” – eculela uMaimane u-de Lille

Noma ngabe kushube kangakanani kuleli zwe, izakhamamizi zakuleli azikhathali ukuthola ezingahleka ngakho. Kube njalo nangoLwesithathu ngesikhathi…

Ingabe sekufiphala ikusasa labansundu eqenjini le-DA?

Ukwesula kwabaholi abansundu eqenjini le-DA kususa uthuthuva emalungwini eqembu endlu emnyama. FUNDA: Iyimpica badala eka-Maimane Lolu…

Iyimpica badala eka-Maimane

Isugungu se-DA Federal Council sizohlala namhlanje ukudingida udaba lokwesula kuka-Maimane. FUNDA: Maimane set to step down…

Ukube izithombe zikaMaimane bezikwazi ukuxoxa

Yize ezisematheni kungezokwesula kobeyiMeya yaseGoli, uMnuz Herman Mashaba ngoMsombuluko, izithombe zomholi we-DA, uMnuz Mmusi Maimane, zizokushiya…

Abaqashwe ngamehlo okhozi abafundi!

Abafundi sebenobuchule bokuphatha izikhali ezikoleni. Kunezigameko eziningi ezibikiwe zabafundi begwazana bodwa ezikoleni. FUNDA: Yini kanti ezonqanda…

Yekani ubulabatheka!

Bekungamanga ukuthi, u-Ronald uzobe ese-Zaka Lifestyle Shisanyama, elokishini laseTembisa. Lesi sithombe ebesisho lokhu besigcwele izinkundla zokuxhumana.…

Abantu abalande izintombi zabo kumalume uRoland Muchegwa

Usuku nosuku kuvela izithombe ezintsha zamantombazane enomalume uRoland waseZimbabwe osephenduke undabamlonyeni ezinkundleni zokuxhumana ngokushintshashintsha amantombazane. Abanye…

Basaveva ngenkondlo efundwe umdlwenguli enkantolo

Bayaveva ngokufundwa kwenkondlo enkantolo umlisa owadlwengula intombazanyana (8), emathoyilethi asendaweni yokudla e-Dros, ePitoli, nyakenye – ngemizamo…

Yini kanti ezonqanda ukugwazana kwabafundi ezikoleni?

Sekushone omunye futhi umfundi ngokugazwa eMgungundlovu, kanti abahlanu abalimale kulesi sigameko basesibhedlela. Umfundi obenza u-Grade 11…

Ibuyile i-loadshedding

Iyaqhubeka inkinga yokunqanyulwa kukagesi njengoba i-Eskom iveze ukuthi izowunqamula ngoLwesithathu kusukela ngo-9 ekuseni kuze kube ngo-11…

Owase-UKZN osolwa ngokubulala umngani uthi ubemloya

Kusolakala ukuthi isitshudeni saseNyuvesi yaKwaZulu-Natal, uKhayelihle Nzimande, obhekene necala lokubulala umngani wakhe ubemsola ukuthi uyamthakatha. Isidumbu…

‘Bekufana nokuba sesihogweni,’ kusho uMaNtuli-Zuma

INkosikazi yowayengumongameli wakuleli uMnuz Jacob Zuma, uNkk Nompumeleli Ntuli-Zuma, ifanise iminyaka emihlanu eyedlule njengokuba kwalasha. “Ibifana…

Iyopha inhliziyo yendodana ka-DJ Tira edlelwe intombi uKhune

Ikhala iyazithulisa indodana ka-DJ Tira u-Junior Khathi oneminyaka engu-22 ubudala, emva kokuthola ukuthi intombi yakhe uTshegosatso…