Usezibeka phansi izintambo uMenzi Ngubane ku-Isibaya

Eminyakeni emibala eyedlule, udlalo Isibaya wethula umndeni wakwaNgwenya, owafika waba zimbangi nabakwaZungu. Namanje sishubile isimo njengoba…

BUKA: Elingisa osopolitiki bakuleli ephalamende

Usomahlaya wakuleli, owaziwa ngo-JB Mackson, usedwebe isithombe esingephikiswe muntu ngendlela osopolitiki abaziphathe ngayo ngosuku lwenkulumo uMongameli…

Zibonele ukuthi obani abakhave amaphephabhuku angoMashi

Uma ngabe uyazithandela amaphephabhuku, uzokuthokozela ukwazi awangenyanga ezayo asesemashalofini, kanti kungenzeka ukuthi usaziwayo omthandayo ungomunye wabakhave…

Itoho elisha koxoshwe ku-The Queen

Zisheshe zesulwa izinyembezi zabalandeli baka-Rami Chuene njengoba esememezele ukuthi kukhona aphezukwakho emva kokukhonjwa indlela ku-The Queen.…

Bakhala ngosisi obize othisha ngezichaka, wathi olwakhe ucansi luyabiza

Baphikisana nemibono yentokazi ebifuna uthando ohlelweni oluyintandokazi kuleli i-Date My Family, ethe, kokunye othisha zichaka kanti…

Izihambela yodwa i-Love Letter ye-Blaq Diamond

Inkampani eqapha izingoma ezidlalwa kakhulu emisakazweni, i-Radio Monitor SA isiveze ukuthi inoni le-Blaq Diamond, i-Love Letter…

Ulindelwe ngabomvu umdlalo i-Queen Sono

Kusuka mhlaka-28 February, uzoqala ukubonakala ku-Netflix umdlalo olindelwe ngabomvu I-Queen Sono. U-Pearl Thusi nguyena mdlali ophambili…

Yize u-Shauwn esahlala endlini eyodwa nobengumyeni wakhe, kepha ababonani

Usomabhizinisi u-Shauwn Mkhize, owayeganele kwaMpisane, uveze ukuthi basahlala endlini eyodwa nobengumyeni wakhe, uSbu, kuphela umuzi mkhulu…

U-Jub Jub usaqhubeka nokuphefumulisa abantu ngenxeba

Selokhu ephumile ejele uMolemo Maarohanye oneminyaka engu-39, abantu bahlezi ngesinqe esisodwa. Kwaqala ngohlelo i-Uyajola 99, la…

U-Cardi B uza eNingizimu Afrika

Injabulo yodwa kubathandi bomnculo kuleli njengoba i-CastleLiteSA imemezele ukuthi izoletha u-Cardi B kuleli. Lena ke ikhonsathi…

Sekusele izinsuku ezine sibone umshado kaSomizi, buka amazwibela

Seziyabalwa izinsuku ngaphambi kokuthi sizibonele ngawethu amehlo indumezulu yomshado kaSomini noMohale. Lo mshado uzovezwa bukhona ku-Showmax,…

Ubusuyizwile ingoma kaDumi Mkokstad ayibhekise kumkakhe?

Ngosuku lwezithandani umhlaka-14 February savuka ngengoma emnandi kaDumi Mkokstad ethi Ziphozenkosi, okuyigama lenkosikazi yakhe asanda kubopha…

Ziyanda izikhalo nge-Mnakwethu nomshayeli walolu hlelo, uMseleku

Ziyanda izikhalo ngohlelo olutshengiswa kuMzansi Magic, iMnakwethu – lapho amadoda asuke ezocela ukuthatha isithembu kumakhosikazi awo…

Abantu balokhu beqhubeke njalo nokukhombisa uSjava uthando

Injabulo yodwa ku-Sjava nenkampani aqopha kuyo i-Ambitiouz Entertainment njengoba sebengu ku-7 Million abantu asebebuke ingoma yakhe…

Ushaye ibuya kumabonakude u-Fulu Mugovhani

Umlingisi owazakhela udumo emdlalweni we-Scandal, u- Fulu Mugovhani  uzobonakala emdlalweni ozosakazwa kwi-M-Net drama series, i-Still Breathing.…

Usezolingisa ku-The Queen uSibusisiwe Jili

Intokozo yodwa kubalandeli baka-Sibusisiwe Jili owayelingisa kumdlalo Isibaya njengoba esezobonakala komunye umdlalo owuchunge i-The Queen. Kumanje…

Indodana kaNcwane izovela emdlalweni we-Red Candle

UMawenzokuhle Ncwane, indodana yowabe eyisihlabani somculo wokholo uSfiso Ncwane izovela efilimini ebizwa ngokuthi-Red Candle. Lo mfanyana…

Akekho umuntu onenhlanhla yomsebenzi njengo-Phat Joe

Uthi ukhona umuntu onenhlanhla yomsebenzi njengo-Phat Joe kuleli? Lo msakazi nomethuli wezinhlelo noma angamiswa kangakanani emsebenzini,…