Uzokhipha incwadi u-Unathi

UNathi Nkayi oyijaji kuma-Idols SA aphinde abe ngumculi uzokhipha incwadi eyenaba kabanzi ngempilo yakhe. Lo saziwayo…

Uzolifulathela elakuleli u-DJ Tira

UMthokozisi Khathi oyinkakha ka-DJ kuleli usazoke athi ukusishiya kancane. Lo DJ usememezele ukuthi ngomhlaka-8 November uzobe…

Abakwa-Ferguson bayaziphendulela

Emva komsindo odalwe incwadi ka-Vatiswa Ndara abeyibhekise kuNgqongqoshe uNathi Mthethwa la abekhala khona ngezinkinga ababhekene nazo…

Uqhamuke nesigqi esisha u-Toya Delazy

UNontokozo Buthelezi odume ngelika-Toya Delazy ongumzukulu weNkosi uMangosuthu Buthelezi, ozinze e-UK useqhamuke nesigqi esisha somculo esibizwa…

U-Michelle Obama uzokhipha incwadi yakhe yesibili ngoNovemba

Cishe sekungunyaka ngemuva kokuthi u-Michelle Obama aqala uhambo i-rock star-style book tour. Incwadi yakhe yathengisa ezinkundleni…

U-Keke uthi wacishe waphunyelwa yisisu ngenxa yabakwa-Ferguson

Emva kwencwadi ekhishwe u-Vatiswa Ndara, la ekhala ngobunzima abasebenza ngaphansi kwabo, abalingisi abafana no-Keke Mphuthi sebephumele…

Ixoxwa ngezithombe – vakashel’Izintaba zoKhahlamba

Abayingxenye yezokuvakasha abawuvali umlomo ngobuhle beNingizimu Afrika. Elakuleli yizwe abantu abathanda ukulivakashela ikakhulu njengoba kunamabhishi nesimo…

I-Uyajola 9/9 isathathe ikhefu, ayiphelile

Uhlelo olungundabamlonyeni i-Uyajola 9/9, oludlala njalo ngeSonto ku-Moja Love, lusathathe ikhefu, ngokombiko wephephandaba Isolezwe. Kulolu hlelo,…

Isifikile ezandleni zikaNgqogqoshe incwadi ka-Vatiswa

Inkakha kwezokulingisa kuleli uVatiswa Ndara ufake incwadi ku-Titter ayibhalele uNgqhogqoshe wezemidlalo, ubuciko namasiko uNathi Mthethwa la…

Okuzokwenza ushintshe umqondo ngokushiya uMzansi

Njengoba iNingizimu Afrika kuyizwe elihaqwe ukungabikho kwamathuba omsebenzi, ungangcina upakisha izikhwama zakho uyofuna amadlelo aluhlaza kwamanye…

U-Tyler Perry uvule eyakhe indawo yokuqopha imidlalo

Le nsizwa yaseMelika esizakhele igama kwezikaqeda isizungu, isanda kuhlonishwa nge-star e-Hollwood Walk of Fame. Phezu kwalokho,…

Ixoxwa ngezithombe: Awahlehle ama-2000, asondele ama-80/90s

Lezi zithombe zaziwa kuphela abantu abazalwe ngeminyaka yam-80/90s, kuduma upotiyane kwabazalwe ngama-2000 mabebona lemifanekiso. Ezinkundleni zokuxhumana…

U-Yvonne Chaka Chaka nowakwakhe babungaza iminyaka engu-30 emshadweni

Umculi ohlonishwayo kuleli, u-Yvonne Chaka Chaka nomyeni wakhe uDkt Mandlalele Mhinga, babungaza iminyaka engu-30 beshadile. Lezi…

Lemukelwe ngezandla ezimhlophe Ifalakhe

Izolo umdlalo Ifalakhe ebesiwulinde ngamehlo abomvu udlale okukuqala, iningi liwuthokozele lo mdlalo, bancome ubuciko obusetshenzisiwe ngenkathi…

Uligezile igama lakhe owaquleka kuma-Idols SA

UNqobile Gumede oneminyanga engu-21 ubudala, odabuka eThekwini KwaMashu owaquleka esiteji ngenkathi ezozama inhlanhla ku-season 12 ubuye…

I-Moja Love iyaqhubeka nokusishiya sikhexile

I-Moja Love i-channel eku-DStv 157 edume ngezinhlelo ezizokushiya ukhexe umlomo, njenge-Uyajola 99 la uthola ithuba lokubamba…

Kathathu kulo nyaka uMthandeni ‘Igcokama Elisha’ Manqele esishiye singawuvali umlomo

Umculi kamaskandi, uMthandeni ‘Igcokama Elisha’ Manqele akapheli emilonyeni yabalandeli bomculo kamaskandi. Awukapheli lonyaka ka-2019, kodwa usesishiye…

Bayaliphakamisa ifulege laKwaZulu Natali kuma-Idols

Kwabancintisana kuma-Idols, kubonakala sengathi iKwaZulu Natali izowwudla umhlanganiso. Lokhu beqhubeke njalo nokuhamba phambili abesimame baKwaZulu Natali…