Ayikho inhlangano efuna ukugoba uphondo ngesobuMeya

Ayikho inhlangano efuna ukugoba uphondo eGoli, izinhlangano zepolitiki silwela ukuqokwa, ekuthatheni isikhundla sobuMeya. Lesi sikhundla sobuMeya…

Kungenzeka kuphele ngeMeya yase-Tshwane ebandakanyeka kolocansi

Kungenzeka lunqunywe namuhla udaba lweMeya yase-Tshwane esamile emsebenzini, uMnuz Stevens Mokgalapa ngesikhathi kuhlala umhlangano womkhandlu-doloba –…

“Ngeke kukwazi ukuthi amalunga e-DA abe nocansi nje noma yikuphi,” kusho owe-ANC

Izothatha ikhefu elikhethekile emsebenzini iMeya yaseTshwane, uMnuz Stevens Mokgalapa, esematheni kulezi zinsuku kulandela ukusabalala kwenkulumo eqoshiwe…

UDudu Myeni ubuyele enkantolo

Lowo owabe engusihlalo we-SA Airways uDudu Myeni usebuyele eNkantolo eNkulu yaseGauteng ngecala lakhe lokuqondiswa ubuholi namhlanje…

BUKA: Sisakazwa bukhoma i-State Capture Inquiry

Buka i-State Capture Inquiry November 25, 2019 sisakazwa bukhoma.

Ngeke siyeseke i-EFF ekugaqeleni isikhundla sobumeya-DA

Ikubeke kwacaca okwezinqe zesele i-DA ukuthi angeke iyeseke i-EFF ekugaqedeni isikhundla esobumeya, eGoli. Lokhu kuza ngemuva…

UNdlozi noMalema bazovela enkantolo ngelokushaya iphoyisa

Umholi we-EFF, uJulius Malema, nokhulumela iqembu uMbusyiseni Ndlozi kulindeleke ukuthi bavele eNkantolo yeMantshi yase-Randburg namhlanje ngezinsolo…

I-DA isiphakamise u-Funzela Ngobeni njengeMeya entsha yaseGoli

I-DA isimemezele uMnuz Funzela Ngobeni njengalowo ongangena esikhaleni salowo oyiMeya yaseGoli kodwa osendleleni ephumayo – uMnuz…

Uqokwe njengomholi we-DA omusha u-John Steenhuisen

Uwunqobile umbango wobuholi be-DA besikhashana, uMnuz John Steenhuisen; kanti uMnuz Ivan Meyer usengusihlalo wesikhashana wesigungu saleli…

Ubuxhwanguxhwangu sebungene bagxila kwi-ANCYL – Pule Mabe

I-ANC ithi isalinde umbiko ovela kwi-National Youth Task Team, ngaphambi kokuba inqume ukuthi izothatha ziphi izinyathelo…

Shintsha izimpilo zabantu kuqala! – Abahlali baseMpumalanga Kapa

UNdunankulu wase-Eastern Cape, u-Oscar Mabuyane uzibophezele ekushintsheni igama lalesi sifundazwe, kodwa ufuna ukukwenza lokho ngendlela efanele.…

Ukungabhaliswa akusho ukuphela kwe-BLF – Andile Mngxitama

I-Black First Land First (BlF) ibhekane nengwadla, yokwehluleka ukubhalisa iqembu ku- Electoral Commission of SA (IEC),…

Ngicindezelwa uBulelani Ngcuka noVusi Pikoli – Jacob Zuma

Lowo owabe enguMongameli wezwe, uMnumzane u-Jacob Zuma, uthe izikhulu ezimbili , u-Advocate Bulelani Ngcuka noVusi Pikoli,…

“Hambani kobasi benu abanganihloniphi, abanicwasayo” – Duduzile Zuma

UDuduzile Zuma, indodakazi yalowo owabe enguMongameli wezwe, u-Jacob Zuma, uphumele obala weseka uyise ngemuva kokuthi abantu…

IZITHOMBE: Osopolitiki bafisela Amabhokobhoko inhlanhla

Osopolitiki kanye Nomomngameli wakuleli bafisela Amabhokobhoko inhlanhla emdlalweni wamanqamu namhlanje. FUNDA: Ixoxwa ngezithombe: Halala kuMabhokobhoko

Liyoze lizwakale izwi lethu – Abahumushi

Abahumushi balwa eyokuthi lo msebenzi owukenziwa ngendlela kanti futhi kusekhona abantu abawenzayo ngaphandle kowufundela kanye nokuba…

Mphathidolobha uhamba kanjani umasipala ukakwe izinkinga?

UMphathidolobha wase-Newcastle, uMnumzane uNtuthuko Mahlaba, akenzanga izinto ngendlela lapho ethatha isinqumo sokubhekisa amabombo e-China, ushiye umasipala…

Ingabe sekufiphala ikusasa labansundu eqenjini le-DA?

Ukwesula kwabaholi abansundu eqenjini le-DA kususa uthuthuva emalungwini eqembu endlu emnyama. FUNDA: Iyimpica badala eka-Maimane Lolu…