Kohlwa i-EFF isinobuholi obusha

Kulindeleke ukuthi kuhlwa kube sekuqokwe ubuholi obuphezulu obusha beqembu i-Economic Freedom Fighters (EFF). Leli qembu libambe…

Umbutho omusha ka-Maimane noMashaba

Owayengumholi we-DA u-Mmusi Maimane usezinhlelweni zokwenza izigcawu zenkulumo-ngxoxo nezakhamizi zakuleli ezinyangeni ezintathu ezizayo. Uthi uzokwenza lokhu…

Baklonyeliswe ngezikhundla abamaqembu avote ne-ANC kwelobu-Meya eGoli

Iqembu elibusayo, i-ANC, isiklomelise abamaqembu avote nayo kwelobuMeya eGoli ngezikhundla zomkhandlu. I-IFP iklonyeliswe ngezikhundla zo-MMC ezimbili…

I-DA izigwaze ngowayo kwesobuMeya eGoli

Ithemba lokuthi i-DA iwine umkhandlu-dolobha waseTshwane uma iMeya yayo esathathe ikhefu isuswa esikhundleni – liya ngokuya…

Izokhethwa namuhla iMeya entsha yaseGoli

Loshona eGoli sekuneMeya entsha njengoba kulindeleke ukuthi uMkhandlu waleli dolobha uhlale namuhla. USomlomo woMkhandlu wedolobha laseGoli,…

BUKA: UMaimane noMashaba

Lowo owayengumholi we-DA, uMmusi Maimane, kanye nalowo owayeyi Meya yaseGoli, uHerman Mashaba bakhombise izwe lonke bechitha…

Imigomo nemibandela kwabamhlophe abazojoyina i-BLF

Iqembu le-Black First Land First (BLF) selivulele abamhlophe ukuthi bejoyine iqembu kodwa kunemgomo nemibandela. Lokhu kuze…

Uphilisa okwenyamazane ufakazi kwelikaMagaqa owathenjiswa ukuvikelwa

Usekhale ngokudembesela kweziphathimandla zombuso zakuleli emva kokwethenjiswa ukuvikelwa uMnuz Thabiso Zulu – ongufakazi oqandula ikhanda ecaleni…

Ayikho inhlangano efuna ukugoba uphondo ngesobuMeya

Ayikho inhlangano efuna ukugoba uphondo eGoli, izinhlangano zepolitiki silwela ukuqokwa, ekuthatheni isikhundla sobuMeya. Lesi sikhundla sobuMeya…

Kungenzeka kuphele ngeMeya yase-Tshwane ebandakanyeka kolocansi

Kungenzeka lunqunywe namuhla udaba lweMeya yase-Tshwane esamile emsebenzini, uMnuz Stevens Mokgalapa ngesikhathi kuhlala umhlangano womkhandlu-doloba –…

“Ngeke kukwazi ukuthi amalunga e-DA abe nocansi nje noma yikuphi,” kusho owe-ANC

Izothatha ikhefu elikhethekile emsebenzini iMeya yaseTshwane, uMnuz Stevens Mokgalapa, esematheni kulezi zinsuku kulandela ukusabalala kwenkulumo eqoshiwe…

UDudu Myeni ubuyele enkantolo

Lowo owabe engusihlalo we-SA Airways uDudu Myeni usebuyele eNkantolo eNkulu yaseGauteng ngecala lakhe lokuqondiswa ubuholi namhlanje…

BUKA: Sisakazwa bukhoma i-State Capture Inquiry

Buka i-State Capture Inquiry November 25, 2019 sisakazwa bukhoma.

Ngeke siyeseke i-EFF ekugaqeleni isikhundla sobumeya-DA

Ikubeke kwacaca okwezinqe zesele i-DA ukuthi angeke iyeseke i-EFF ekugaqedeni isikhundla esobumeya, eGoli. Lokhu kuza ngemuva…

UNdlozi noMalema bazovela enkantolo ngelokushaya iphoyisa

Umholi we-EFF, uJulius Malema, nokhulumela iqembu uMbusyiseni Ndlozi kulindeleke ukuthi bavele eNkantolo yeMantshi yase-Randburg namhlanje ngezinsolo…

I-DA isiphakamise u-Funzela Ngobeni njengeMeya entsha yaseGoli

I-DA isimemezele uMnuz Funzela Ngobeni njengalowo ongangena esikhaleni salowo oyiMeya yaseGoli kodwa osendleleni ephumayo – uMnuz…

Uqokwe njengomholi we-DA omusha u-John Steenhuisen

Uwunqobile umbango wobuholi be-DA besikhashana, uMnuz John Steenhuisen; kanti uMnuz Ivan Meyer usengusihlalo wesikhashana wesigungu saleli…

Ubuxhwanguxhwangu sebungene bagxila kwi-ANCYL – Pule Mabe

I-ANC ithi isalinde umbiko ovela kwi-National Youth Task Team, ngaphambi kokuba inqume ukuthi izothatha ziphi izinyathelo…