Ingabe eZimyama zizovala ihlazo nge-Arrows?

I-Lamontville Golden Arrows izodibana nezimbilazithutha ku-Orlando Pirates njengoba umqeqeshi waleli qembu laseSoweto ethembise ukuthi bawafuna ephelele…

U-Daniel akeneme neze ngesinqumo se-Football Association

Owayengumgadli we-Liverpool ne-England u-Daniel Sturridge uthe akeneme neze ngemuva kokuvinjelwa kuze kube nguJuni, evinjwa i- Football…

Ngiyofela ku-Kaizer Chiefs -Khune

Unozinti we-Kaizer Chiefs u-Itumeleng Khune kungenzeka ahlale ebhentshini isikhathi eside kodwa uyohlala edlalela Amakhosi. Empeleni, u-Itu…

BUKA: Imizwa yabantu ngokuwina kweMpofana

Buka imizwa yabantu ezinkundleni zokuxhuma ngokunqoba kweMpofana idlala neZikamagebhula ngempelasonto.

Babonga u-Daniel Akpeyi i-Kaizer Chiefs ibhaxabula i-Orlando Pirates

U-Daniel Akpeyi ongunozinti we-Kaizer Chiefs usephenduke undabamlonyeni emva komdlalo wale mpelasonto obuphakathi kwe-Orlando Pirates ne-Kaizer Chiefs…

Intaki ibekelwe amazolo kowezimbangi zaseSoweto

Abaqembu ayizimbangi okuyi- Kaizer Chiefs ne-Orlando Pirates azohlangana emzuliswaneni wesibili emdlalweni we-Absa Premiership kule sizini. I-Kaizer…

Imininingwane ngenkomfa yabezindaba – Soweto Derby

I-Premier Soccer League (PSL) ihlinzeke ngemininingwane yokusuka nokuhlala okuzobe kwenzeka enkomfeni yabezindaba namhlanje ntambama ngodaba lweSoweto…

BUKA: U-Lewis Hamilton naMabhokobhoko

Uhlulekile ukufihla injabulo u-Lewis Hamilton , ubejabulela ukuthola ithuba lokuthatha isithombe naMabhokobho. Amabhokobhoko asesemathini ngokuwina Indebe…

Kusinda kwehlela emidlalwemi yangalesi sikhathi sonyaka -Pitso Mosimane

Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uPitso Mosimane uthi ayikho imidlalo elula kulesi sigaba sonyaka. I-Brazilians azothwalana phezulu ne-Bloemfontein…

I-China ihoxile emidlalweni ye-Davis Cup

Izwe lase-China lihoxile emdlalweni we-Davis Cup ngenxa yesifo esihlasele khona i-coronavirus, kusho i-International Tennis Federation (ITF)…

BUKA: Amabhokobhoko ethatha indondo ye- Laureus Sports Team of the Year

Buka Amabhokobhoko ethatha indindo ye- Laureus Sports Team of the Year.

Wesulile esikhundleni obengu Kaputeni wekhilikithi kuleli

U-Faf du Plessis umemezele ukuthi wehla esikhundleni sakhe sokuba ngukaputeni we- South African test kanye ne-T20…

Ezikamagebhula zishaye i-Black Leopards ngo-1-0

I-Orlando Pirates ihleli endaweni yesibili ngaphambi kwe-Mamelodi Sundowns kwi-log ye-ABSA Premiership. Ezikamagebhula zishaye i-Black Leopards ngegoli…

Unwele olude Dkt Irvin Khoza – kusho abalandeli bebhola

Abalandeli bebhola sebefisele usihlalo we-Premier Soccer League (PSL), uDkt Irvin Khoza – okuhle kodwa njengoba ehlanganisa…

I-Kaizer Chiefs igubha iminyaka engu-50

Kungathi yinganekwane kuma-2000 ukuzwa ukuthi iqembu lebhola i-Kaizer Chiefs sekuphele iminyaka engu-50 likhona njengoba nanamhlanje lisahamba…

Ubuye ngegiya elisha u-Andile Jali

Emva komdlalo wayizolo we-Absa Premiership obuphakathi kwe-Sundowns ne-Bidvest Wits ophele ngo: 1 – 1, u-Andile Jali…

“Kokota Samir Nurkovic” – kusho abalandeli be-Kaizer Chiefs

Bayaziqhenya abalandeli be-Kaizer Chiefs emva komdlalo wangoMgqibelo obuseMoses Mabhida Stadium la Ikhosi elifike labhaxabula i-Bloemfontein Celtic…

I-Orlando Pirates ibhaxabule i-Polokwane City kwakhala abalandeli be-Kaizer Chiefs.

Balale beneme izolo abalandeli be-Orlando Pirates emva kokuthi babhaxabule i-Polokwane City ngo: 3-2 emdlalweni we-Absa Premier…