Usevule indawo yokudlela eThekwini uMaps Maponyane

Akukapheli zinyanga ezingaki uMaps Maponyane evule indawo yokudla ama-Burger ebizwa nge-Buns Out eGoli. Izindaba ezimnandi zithi…

Kukhalwa ngezokudilizwa kwezisebenzi zakwa-Telkom

Izinyunyana sezizwakalise ukukhathazeka ngezinhlelo zika-Telkom zokudiliza u-20% wezisebenzi zawo, okuyizisebenzi ezilinganiselwa ku-3 000. Lesi simemezelo esikhishwe…

U-Dr Malinga namabhizinisi akhe azokumangaza

Ubuwazi ukuthi uDr Malinga ongumculi unejazi lokhwenyana elithi yena! U-Goodwill Malinga oneminyaka engu-39 ubudala akagcini nje…

Ishicilelwe ephephabhukwini i-Vogue ingqephu ka-Enhle Mbali

Usewuqale ngegiya eliphezulu u-2020 uMbali Maphumulo, owaziwa ngo-Enhle Mbali njengoba ingqephu yakhe, i-Essie Apparel ishicilelwe kwiphephabhuku…

Bakhangisa ngamabhizinisi abawenza engxenye

Njengoba umnotho uthi ukuntengantenga, baningi abantu abathi umsebenzi wabo wansukuzuzonke awuzikhokheli zonke izidingo nezimfuno zabo. Bakhona…

Zitende ngencwadi ka-Chef Nono kulo Khisimusi

Khipha unyawo ngezibiliboco ezisencwadini yokuphaka ka-Chef Nono. Le ncwadi idayisisa okwamakhekhe ashisayo njengoba isibuya ihlandla lesibili.…

Abathengi abeneme ngenyama entsha yakwa-KFC

Ingabe nawe usuyizamile inyama entsha yakwa-KFC ebizwa nge-Masala Crunch? Ngale kwenyama yenkukhu esibajwayele ngayo kwa-KFC, kulo…

Nawe usuzokwazi ukunuka njengo Zodwa Wabantu

Zibonele obekwenzeka uZodwa Wabantu ethula ngokusemthethweni isiqholo sakhe i-Touchable Zodwa Wabantu, kukhona eyasemini ongaziqhola ngayo uma…

Uhlelo lokuvalwa kwama-etoll

UNdunankulu waseGoli, uMnumzane u-David Makhura uthe abaphathi besifundazwe bazoqhubeka nokulwa nohlelo lwama-etoll. U-Makhura ubekhuluma esiShayamthetho sesifundazwe…

Kungamoshwa imali nge-Black Friday!

Umhlaba wonke ulindele usuku lwangoLwesihlanu ngamehlo abomvu. Izimpahla ezitolo zizobe zitholakala ngamanani aphansi ngokwedlulele. Abantu baphuma…

Usaqhubeka nokusika ingqephu uKentse Masilo

U-Kentse Masilo oneminyaka engu-27 owaduma kwi-ku-Season 1 we-Project Runway SA eyayingonyaka owedlule ngenkathi eqwaqwada abasiki bengqephu…

Ibamangazile eyokuqokwa kwesikhulu esisha sakwa-Eskom

Sesamukelwe ngokumangala, ngethemba nangokuthandabuza isimemezelo sesikhulu esiphezulu esisha kwa-Eskom, phecelezi i-Chief Executive Officer (CEO), uMnuz Andre…

Okokugqoka kuka-Thickleeyonce ezitolo zakwa-Donna

Usungakwazi ukuzitholela izingubo zokugqoka zika-Thickleeyonce ezitolo zakwa-Donna eziseduze nawe noma-online. Lezi zingubo ezinhle zelebuli ye-LeeBex zenzelwe…

Intokazi esencane nebhizinisi lokudla eNyuvesi

UNhlanhlo Ntshangase odabuka KwaHlabisa ozinze e-Pietermaritzburg njengoba enza i-Bachelor of Sciences e-University of KwaZulu Natal usekhombise…

Ngizibophezele ukulungisa umnotho wakuleli – Cyril Ramaphosa

UMongameli u-Cyril Ramaphosa uzibophezele ukubuyisela izwe esimweni sezimali esimeme njengendlela yokuqhakambisa utshalomali nokukhulisa ukukhula komnotho. Ekhuluma…

Isiyatholakala ifenisha ka-DJ Zinhle

Ngeke usagcina ngokuthenga umculo namawashi ku-DJ Zinhle kodwa indlu yakho yonke ingaba nefenisha yale ntokazi. Ezinyangeni…

Izikampani zonogada zisabisa ngokuyisa i-Prasa enkantolo

Izinkampani ezintathu zonogada ezizimele sezisabise ngokusa i-Passenger Rail Agency of SA (Prasa) enkantolo ngemuva kokuqedwa kwezinkontileka…

Uzokwehla uphethiloli ngoLwesithathu

Lezi izindaba ezimnandi kakhulu kubashayeli bizimoto. Abashayeli bazokhokha kancane uma befaka uphethiloli kusuka ngoLwesithathu. Amanani kaphethiloli…