Lisendleleni eya e-China ithimba lombutho wezokuvikela kuleli

Selifiselwe uhambo oluhle ithimba lombutho wezokuvikela njengoba lilibhekise e-Wuhan, eChina. Ekhuluma nabo ngaphambi kokuba bahambe izolo…

Ixoxwa ngezithombe – chitha isikhathi e-Riboville Boutique Hotel

Njengenjwayelo, njalo ngoLwesibili sikulethela indawo yakuleli ongayivakashela njengengxenye ye #TravelTuesday. Njalo ngaleli langa, kusetshenziswa le-hashtag ezinkundleni…

Yehlukene imibono ngesigwebo sikaMcebo Dlamini

Isishoshovu se-Fees Must Fall, uMcebo Dlamini ugwetshwe iminyaka emibili nezinyanga eziyisithupha ejele – isigwebo esilengiswe iminyaka…

Uzonqanyulwa ngokwesigaba sesibili ugesi

Iyaqhubeka eyokunqanyulwa kukagesi kuleli njengoba u-Eskom usumemezele ukuthi uzocima ugesi ngokwesigaba sesibili kusukela ngo-9 ekuseni namuhla.…

Singene emishinini saziphasisa izifundo isitshudeni sase-UJ

Usematheni ezinkundleni zokuxhumana umuntu owaziwa njengo-Phindile, emva kwemibiko yokuthi ungene ngokungemthetho emishinini yasenyuvesi yase-Goli (UJ), washintsha…

UMnyango kuphela ozosho uma kumele kuvalwe isikole ngenxa ye-corona – Mkhize

Asikho isidingo sokuthi kuphazamiseke ukufundisa ezikoleni ngenxa yokwesabela igciwane i-corona, kuze kuba kusho uMnyango wezeMpilo. UNgqongqoshe…

Usezwakalise ukuzisola ngokushayela ephuzile uPabi Moloi

Usezwakalise ukuzisola umethuli nomsakazi wezinhlelo, u-Pabi Moloi – oboshelwe ukushayela ephuzile ezinsukwini ezimbalwa ezadlule. “Ave ngizisola…

Iyaqhubeka imihlangano yomphakathi kweyokudliwa komhlaba ngaphandle kwesinxephezelo

Kuzoqhubeka kuleli viki ukulalelwa kwezimvo zomphakathi okwenziwa ikomidi lesikhashana elibhekele ukubuyekezwa kwengxenye yomthethosisekelo – ukuze kudliwe…

I-corona izoba nomthelela omubi kakhulu emnothweni wakuleli

Noma yini eyenzeka ezweni lase-China iba nomthelela emnothweni wamazwe omhlaba njengoba amaningi awo encike kakhulu kuleli…

Kuyaqhubeka ukunqanyulwa kukagesi kuleli viki

U-Eskom usumemezele ukuthi uzonqamula ugesi ngokwesigaba sokuqala kusukela ngo-9 ekuseni namuhla kuze kuhlwe. Le nkampani ephehla…

Iyalawuleka i-corona, kepha ayisayi ndawo, kusho uMkhize

UNgqongqoshe wezeMpilo kuzwelonke, uDkt Zweli Mkhize usekuqinisekisile ukuthi igciwane i-corona liyalawuleka kulabo abangothalakala ukuthi banalo. Ubekhuluma…

U-Nelson Mandela usewaba ngu-Nelly M?

Ubungadideka uma usenkundleni yokuxhumana i-Twitter namuhla, ubona kukhulunywa ngo-Nelly M. Ubungesolwe muntu uma ucabanga ukuthi umculi…

Uzizwa esengcono kakhulu umlisa wakuleli one-corona

Uthi uzizwa esengcono kakhulu umlisa okuqinisekiswe ukuthi ungowokuqala ukutholakala enegciwane le-corona kuleli. Lesi simemezelo sikhishwe uMnyango…

BUKA: U-Sho Madjozi nabafundi base-Spark Bramley

Bajabule bafa abafundi besikole esihlonishwayo kuleli, i-Spark, ophikweni lwase-Bramley, ngesikhathi umculi oyintandokazi kuleli, u-Sho Madjozi etheleka…

Bancome isigwebo sikadilikajele kobulale isitshudeni saseMangosuthu

Ugixabezwe udilikajela umlisa otholakale enecala lokubulala isitshudeni sase-Mangosuthu University of Technology (MUT), uZolile Khumalo. UZolile (21)…

I-SANDF isiyichithile eyokuthi ayifuni ukuya e-China yesaba i-corona

Umbutho wezokuvikela kuleli, i-South African National Defense Force, isiwuphikile umbiko othi amasotsha awo ayenqaba ukuya e-China…

Sekuvalwe isikole esifunda izingane zomlisa wakuleli onegciwane le-corona

Sekuphoqeleke ukuthi isikole samabanga aphansi i-Cowan, esise-Hilton, ngase-Pietermaritzburg sivalwe namhlanje emva kokutholakala kokuthi izingane zomlisa okuqinisekiswe…

BUKA: Amabutho kuvulwa isiShayamthetho

Kungenzeka usuke wabona iqulu lezinsizwa zihuba, zigiya emicimbini emikhulu, kakhulukazi KwaZulu-Natal wazibuza ukuthi obani laba, futhi…