Ziyohamba izinsizwa kuyosala izibongo ulale ngokuthula mfoka Buthelezi, mfoka Sgodesimnyama esilala amankankane asekuShumayeleni, uhambe kahle Shenge…
Author: Thabile Zulu
BUKA: Bavikela uBasetsana ngokuthatha uZozibini ngesinxele
Ekhasini le-Twitter bavuse amagqubu bekhumbuza u-Basetsane indlela ak e athatha ngayo uZozibini ngesinxele. Abantu abayi nganxanye…
Izikhukhula zibashiye budengwane eMamelodi
UNdunankulu u-David Makhura uthe njengo mnyango bazoxazulula isimo salabo abahlaselwe izikhukhula zangoMsombuluko eMamelodi. Utshele isonto i-Mamelodi…
BUKA: Indlela yokubheka umdlavuza kwabesilisa
Buka indlela efale yokuzicumbaya isitho sangasese ukuzwa ukuthi awunazo izinkomba zokuba nekhensa. Lesi sifo siyingozi kodwa…
I-LGBT+ ibhonga emswanini ngokufa kukaMadonna
Owesifazane othandana nabobulili obubodwa nobakhe udlwengulwe wabulawa ngesihluku eBloemfontain, e-Namibia. Lo weaifazane uchazwe njengo bengosebenza kanzima…
Mbokodo zivikele kowesilisa okubamba ngendluzula
Ukudlwengulwa kanye nokubulawa kwabesifazane sekuyinsakavukela umchilo wesidwaba, mihla namalanga kubikwa ubulwane obenziwa abesilisa kwabesifazane. Kuyindalo ukuthi…
Zinhlanu izinsuku ezisele zokuvotela uZozibini ku-Miss Universe
Asebaliwe amalanga okuvotela uZozibini ku-Miss Universe. U-Miss SA, uZozibini Tunzi, usalelwe izinsuku ezinhlanu ukuthi athathe isicoco…
Ukhihle esikanandi uLuh ejatshulelwa
ULuh owazakhela udumo ngamavidiyo awashicilela noMthandeni ku-YouTube, ukhihle esikanandi ejatshulelwa abantu abamthandayo. Kumethusile ukujatshulelwa abantu abaningi…
BUKA: U-Miss SA, uZozibini Tunzi, e-Atlanta
U-Miss SA, uZozibini Tunzi, ukwelase-Atlanta, e-US, lapho ezobe encintisana khona nesicoco sika-Miss Universe ngoDisemba 9. Lo…
BUKA: UMaimane noMashaba
Lowo owayengumholi we-DA, uMmusi Maimane, kanye nalowo owayeyi Meya yaseGoli, uHerman Mashaba bakhombise izwe lonke bechitha…
Imigomo nemibandela kwabamhlophe abazojoyina i-BLF
Iqembu le-Black First Land First (BLF) selivulele abamhlophe ukuthi bejoyine iqembu kodwa kunemgomo nemibandela. Lokhu kuze…
Zimkhalele oshaye wabulala unkosikazi wakhe
Indoda eneminyaka engu-29 ubudala iboshwe ngempelasonto ngezinsolo zokubulala unkosikazi wayo endaweni ese-Centane, e-Eastern Cape. Okhulumela amaphoyisa,…
Akuphele ukuhlukunyezwa kwabesifazane! – Cyril Ramaphosa
UMongameli u-Cyril Ramaphosa ngeSonto uthe udlame olubhekiswe kwabesifazane nezingane kumele luphele. UMongameli ubekhuluma nabezindaba ngemuva kokuvakashela…
Akesithi, “Hello” kuDisemba wodumo
UDisemba wanonyaka impela usho lukhulu kubantu, lokhu bawubiza kusukela ngo-Okthoba. Ezinkundleni zokuxhumana ubona kubalwe ngawo manje…
Abafundi abangahlali emakhaya izikole zingakavalwa
Umnyango Wezemfundo uthi abafundi kumele bahlale esikoleni kuze kube usuku lokugcina lokuvalwa kwesikole. Izikole zinxuswa ukuthi…
Uhulumeni akawanakekeli amakhosi omdabu- Nkosi Makhosonke Mabena
INkosi yakwa-Ndebele uMakhosonke Mabena usole umbuso ngokunganaki abaholi bendabuko baseNingizimu Afrika. Inkosi ithathe ithuba yezwakalisa ukungenemi…
Namhlanje usuku lokugcina ngci lokufaka izicelo ku-NSFAS
Namhlanje usuku lokugcina ngci lokufaka izicelo zoxhaso-mali ku-NSFAS. Uxhaso-mali yokufunda ezikhungweni zemfundo ephakeme, amaKolishi kanye namaNyuvesi…
Indilokwe nesikhindi sokulala akufuneki ebhishi!
Isikhathi samaholidi, kumatasa, ubuyaluyalu kanye nokushisa okuthe bhe. Abantu ngalesi sikhathi sonyaka bakhipha ukushisa ngeziphuzo kanti…