Abesilisa be-Metro FM bezwe ukuthi kunjani ukufaka iwigi

Ohlelweni lwasekuseni ku-Metro FM olubizwa nge-The Morning Flava. U-Mo flava no-Owen Hannie abashayela lolu hlelo bezwe…

Abeneme abalandeli ngo-Enhle Mbali

Izolo u-Enhlembali ubesohlelweni i-Behind The Story oludlala ku-BET. Lolu hlelo lwethulwa u-Pearl Thusi, osaziwayo bathola ithuba…

U-Lorna Maseko ukhiphe incwadi egcwele izibiliboco

Nawe usuzokwazi ukupheka njengo-Lorna Maseko uma nje uthenga incwadi yakhe equkethe izibiliboco eziphekwe nguye nokuthi ziphekwa…

Isimi ngomumo i-‘summer body’ ku-Mpoomy Ledwaba

Akungabazeki ukuthi lo ngunyaka ka-Mpoomy Ledwaba. Ngale kokuphumelela kwe-channel yakhe ku-YouTube, ukukhula kwendawo yakhe yokuzicwala i-aneno…

Bazwiswe impilo yase jele

Abafana abangu-15 asebehluphile esikoleni bazwiswe ukuthi kunjani ukuba sejele. Iningi lalaba bafundi laziwa ngezidakamizwa nokuba wuhlupho…

Vunula ngokwesimanje kwaka-Khosi Nkosi

Kukhona umshado wesintu oya kuwo? Kunzima ukuthemba abantu abathungayo ngoba bengakuphoxa ngosuku lokugcina, uthi uyafika impahla…

Usebuyele emsebenzini uMinnie Dlamini

Usebuyele emsebenzini uMinnie emva kokushonelwa umfowabo, yize lesi bekuyisikhathi esinzima kodwa ubukeka ebuye nomfutho omkhulu kunakuqala…

Qinisa umendo wakho ngesitambu sika-Chef Nono

Uma ufisa ukuzakhela ugazi emzini noma ushayele isikhonkwane enhlizweni yendoda yakho, pheka isitambu sika-Chef Nono esiconsisa…

Ubonga bonke abamesekile uBahumi Mhlongo

Ususemaphethelweni umdlalo obizwa nge-Dream: Lebo Mathosa Story ozokhombisa ngempilo ka-Lebo Mathosa owayengumculi eqenjini le-Boom Shaka owadlula…

Uzokoma yinsini uzwa abalaleli boKhozi FM belingisa abasakazi

Ingakapheli le nyanga, nawe ungazibeka ethubeni lokuwina u-R3000 noKhozi FM ngokuthi ulingise umsakazi omthandayo. Ingabe iyozala…

Asezotholakala amateki ka-AKA ne-Reebok

U-AKA usekuqinisekisile ukuthi mhlaka-26 October azophuma amateki awenze esebenzisana ne-Reebok. Angu-600 kuphela amateki azokhishwa, inamba yebhokisi…

Ukudla okungafanele ukufake efilijini

Yize ifiliji luwusizo kakhulu ukugcina ukudla kwethu kukusha isikhathi eside kodwa akusikho konke ukudla okufanele ukufake…

Isimi ngomumo i-‘Summer body’ kuZamani Mbatha

Njengoba wena usematasa nge-summer body, insizwa yakwaMashu isiliwelile iJolidane njengoba eyayo i-summer body isimi ngomumo. UZamani…

Lona ngunyaka ka-Black Coffee

Abalandeli baka-Black Coffee bathi ngeke kubamangaze ukumbona ethathe isithombe no-Jesu uqobo lwakhe, lokhu kulandela ukumbona eno-Drake…

Abalandeli bayazisola ngokungamvoteli uMmangaliso

Kuthinteke izinhliziyo zabaningi kuma-Idols SA izolo ngenkathi kuhamba uMmangaliso. Abanye bebegagula amagama abantu abacabanga ukuthi bekufanele…

Iyopha inhliziyo yendodana ka-DJ Tira edlelwe intombi uKhune

Ikhala iyazithulisa indodana ka-DJ Tira u-Junior Khathi oneminyaka engu-22 ubudala, emva kokuthola ukuthi intombi yakhe uTshegosatso…

Izindlela zokuzivocavoca uma uzithwele

Ukuzivocavoca ngenkathi uzithwele kuzoba nomthelela omuhle empilweni yakho neyomntwana wakho imbala. Kungasiza isisindo somzimba wakho singenyuki…

Okuzokukhuthaza kulo Msombuluko

Emva kokubona uNkateko Dinwiddy odume ngelika-Takkie ngeke ube nesizathu sokungaqali ukuzivocavoca noma udle ukudla okunempilo. UTakkie…