Unyelwe yinyoni esandleni ocele umshado kwa-KFC

Le nyanga iqale ngegiya elihle eNingizimu Afrika, sisabungaza ukuwina kwamaBhokobhoko, ukuhlangana kuka-Sho Madjozi no-John Cena sesihlela…

Kufezeke iphupho uSho Madjozi ehlangana no-John Cena

Ohlelweni lwaseMelika i-Kelly Clarkson Show umculi wakuleli uSho Madjozi owine i-BET Award yakulo lanya eLos Angeles,…

Ongakwenza nesithandwa sakho kule mpelasonto

Njengoba uZibandlela ususemome, kuzofanele wenze konke okusemandleni ukuqinisa ubudlelwano bakho nophathina wakho angaze aphephuke nobumnandi obuza…

“Zisazocima futhi izibani” kusho u-Eskom

Siqalile namuhla isigaba sesibili sokucinywa kukagesi ngenhloso yokuwonga njengoba inkampani ephehla ugesi u-Eskom icwile ezikweletini. Lokhu…

UMpumi no-Brendan basayoshawa ngumoya eLondon

Kubukeka sengathi zihamba kahle izinto kwaLwedwaba njengoba uMpumi no-Brendan bezikhiphele eLondon. Kungengatshwazwe ukuthi ukuzikhandla kwalezi zithandani…

Abalandeli abeneme ngokuzaca kukaMampintsha

Emva kwezigemegeme uMampintsha aphuma kuzo la intombi yakhe uBabes Wodumo imfake enkantolo ngezinsolo zokuyihlukumeza. Sekubonakale ushintsho…

Kwethulwe uhlelo lokufundisa ngocansi ezikoleni

Ngenxa yezibalo zabafundi abakhulelwayo, uNgqongqoshe Wezemfundo Eyisisekelo u-Angelina Motshekga usethule umthetho wokufundisa abafundi ngocansi. Lolu hlelo…

Zizowushaya maduze ku-Terry Pheto

Imithombo ethembekileyo ithi zizobe ziwushaya maduze kumlingisi wakuleli u-Terry Pheto oseziwinele izindondo kuleli nasemazweni angaphandle ngekhono…

Okufanele ukwazi ngaphambi kokuqopha i-tattoo

Ama-tattoo mahle mambi. Kwabawathandayo ayindlela yokuvezwa imizwa yabo. Kukhona abawadweba ngoba bethanda ubuciko, abanye bawadweba ngoba…

Abakwa-Ferguson bapheka umdlalo omusha

Kubukeka sengathi ususemaphethelweni umdlalo obizwa nge-Kings Of Joburg ozoqala ukubonakala kumabonakude ngonyaka ozayo. Lo mdlalo ubophele…

Isiyatholakala ifenisha ka-DJ Zinhle

Ngeke usagcina ngokuthenga umculo namawashi ku-DJ Zinhle kodwa indlu yakho yonke ingaba nefenisha yale ntokazi. Ezinyangeni…

Zibonele obekwenzeka Amabhokobhoko ebuya ekhaya

Abakuleli baphume ngobuningi babo izolo njengoba Amabhokobhoko ebebuya ekhaya, emva kokuwina indebe yomhlaba e-Japan. Ubungeke ukwazi…

U-Rachel Kolisi usezitholele ikhaya ezinhlizweni zabaningi

Emva kokuthi uSiya aqokelwe ukuba ahole iqembu lamaBhokobhoko, iningi labesifazane lazilahlela kule nsizwa yakwa Kolisi yize…

U-Burna Boy uqwaqwade abaculi base-Africa ku-MTV EMAs

Kule mpelasonto esibuya kuyo emcimbini obuse-Spain wokuhlonipha ngezindondo abenze kahle kwezomculo emhlabeni wonke jikelele i-MTV EMAs…

Ingabe u-Jessica Nkosi no-TK Dlamini sebebuyelene?

Baqinisile abathi izindaba zababili azingenwa. Zolo lokhu besikhwela sidilika ku-TK ngezinsolo zokuthi uyaphinga okuvezwe nguyena qobo…

U-Maps Maponyane ushade umlandeli wakhe.

Umlandeli omkhulu ka-Maps Maponyane usebenzise u-Twitter ukuzwakalisa imizwa yakhe ngaleli geza lensizwa. Emva kokuthi uMaps avule…

Kuphelile phakathi kuka-Solange no-Alan Ferguson

Emva kweminyaka engu-11 bethandana, u-Solange usekuqinisekisile ukuthi kuphelile phakathi kwakhe nobengumyeni wakhe u-Alan. Ngo-2014 babopha ifindo…

Okokubamba umoya uma uzama ukunciphisa isisindo somzimba wakho

Njengoba sesisalelwe amaviki ambalwa singene kuZibandlela, nabebehudula izinyawo ngendaba ye-summer body sebeqalile ukwenyusa amasokisi. Yize wazi…