Ixoxwa ngezithombe – khempa e-Amakhala Game Reserve

Abantu abaningi uma becabanga ukukhempa, kuyaye kufike indawo esehlathini, engenamibhede nazindlu zangasese, lapho uchitha khona isikhathi sakho udoba noma ubhukuda edamini eliseduzane.

Kepha eminyakeni yakamuva sekushintshile konke lokhu. Ukukhempa sekwahambisana nezinto ezijwayelekile ozithola emahhotela, kube kuphela ukuthi indawo okhempa kuyo ibude buduze nemvelo.

Enye yalezi zindawo esiyiqhakambisa ngale #TravelTuesday – okuyi-hashtag yanjalo ngoLwesibili ukugqugquzela abantu ukuthi babe yingxenye yezokuvasha – i-Hillsnek Safari Camp, ese-Eastern Cape. Le ndawo idlisa ngokukhempa okunobukhazikhazi ongabuthokozela.

View this post on Instagram

😍Safari 😍

A post shared by Flo Campbell (@flocam_) on