Ziyohamba izinsizwa kuyosala isibongo!

Ziyohamba izinsizwa kuyosala izibongo ulale ngokuthula mfoka Buthelezi, mfoka Sgodesimnyama esilala amankankane asekuShumayeleni, uhambe kahle Shenge Sokwalisa Mnyamana kaNqengelele

Ukwedlula emhlabeni kuka Sboniso Buthelezi kugqeme abaningi ingozi engeqiwa ntwala.

Image may contain: 1 person

USboniso ebengumuntu wabantu iKwaZulu Natali, iNyuvesi yase Mangosuthu kanyenabalingani bakhe balimele kakhulu ngokwedlula kwakhe emhlabeni.

USbonelo wedlule emhlabeni ngengozi yemonto ngoMsombululu.

Le nsizwa kaMasayina izofihlwa ngeSonto, mhla zingu -15 Desemba 2019, ekhaya kwaQhudebe eMahlabathini.

Image may contain: 1 person

Abangani badlulise abazwi enduduzo ekhasini lika-Facebook.