Zitende ngencwadi ka-Chef Nono kulo Khisimusi

Khipha unyawo ngezibiliboco ezisencwadini yokuphaka ka-Chef Nono. Le ncwadi idayisisa okwamakhekhe ashisayo njengoba isibuya ihlandla lesibili. Ungavumi leli thuba likwedlule futhi ngoba kuningi ekuqukethe ozokuthokozela.

Kulo mqingo wencwadi uzothola konke obekwenzeka ngenkathi lo Chef ehambela amadolobha ehlukene efundisa abantu ukupheka okumnandi. Zitholele le ncwadi ngokuthi uxhumane no-Chef Nono Mtshali ezinkundleni zokuxhumana ekhasini elithi – In The Kitchen With Nono ibiza-R380 nje kuphela.