Uma ube ngomunye wababe senhlanhleni yokugoqa unyaka nesithandwa sakho nisahlekisana. Ake usikhombise ukuthi usithanda kangakanani ngokuthi usipoyile ngesinye salezi zipho kulo Khisimusi ukuze noma sezifika izivunguvungu kubekhona okukodwa okuhle esizokukhumbula ngakho.