Ingabe amapiano azowuhlukanisa unyaka?

Angenisile amapiano kodwa umbuzo omkhulu uthi azowuhlukanisa yini unyaka? Abaculi abaningi abafana no-Samthing Soweto bakhiphe izingoma ezinesigqi samapiano kanti futhi asenomdanso wawo okusho khona ukuthi ayadlisa futhi azobhincisela nganxanye i-Gqomu kulo nyaka.

Sikuphathele ezinye zezingoma ozozithanda nesicabanga ukuthi zingahle ziwuhlukanise unyaka.

FUNDA: Usuyakwazi ukudansela Amapiano? Yithi sikufake ezintweni