Ohlelweni lwasekuseni ku-Metro FM olubizwa nge-The Morning Flava. U-Mo flava no-Owen Hannie abashayela lolu hlelo bezwe ukuthi kunjani ukufaka iwigi njengoba bebevakashelwe abakwa-closure wigs okuyinkampani ephethwe u-Tshepo Shongwe noZaneleintombi Moholane edayisela abesifazane amawigi.